
Izifo Ezithathelwanayo
Izifo ezithathelwanayo ziyizifo ezingadluliselwa komunye umuntu zisuka komunye ngezindlela ezihlukahlukene, njengokuthinta igazi (kuhlanganise ukuya ocansini, ukusebenzisa imijovo efanayo, njll), noma ngokuthintana nomoya onamagciwane noma ibhaktheriya (ngokwesibonelo lapho umuntu ekhwehlela), noma ngokulunywa yizinambuzane.
